February 27– March 5
ISAYA 63-66
INgoma 19 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Amazulu Amasha Nomhlaba Omusha Kuyoletha Injabulo Enkulu”: (10 imiz.)
Isaya 65:17
—“Izinto zangaphambili ngeke zikhunjulwe” (ip-2 383 ¶23) Isaya 65:18, 19—Kuyojatshulwa kakhulu (ip-2 384 ¶25)
Isaya 65:21-23—Ukuphila kuyokwanelisa, abantu bazizwe belondekile (w12 9/15 9 ¶4-5)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Isaya 63:5—Ukufutheka kukaNkulunkulu kumsekela kanjani? (w07 1/15 11 ¶6)
Isaya 64:8—UJehova ulisebenzisa kanjani igunya lakhe njengoMbumbi wethu? (w13 6/15 24-25 ¶3-5)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Isaya 63:1-10
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Efe 5:33—Fundisa Iqiniso.
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) 1Thim 5:8; Thit 2:4, 5—Fundisa Iqiniso.
Inkulumo: (6 imiz. noma ngaphansi) Isa 66:23; w06 11/1 30-31 ¶14-17—Isihloko: Ukuhlangana Ndawonye—Isici Sokukhulekela Kwethu Esiyohlala Sikhona
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Jabulani Ethembeni Eninalo” (Isaya 65:17, 18; Ro 12:12): (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video ethi Jabulani Ethembeni.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 9 ¶1-9 neshadi elithi “Ukwanda Emhlabeni Kabanzi”
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 95 Nomthandazo