Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

February 6-12

ISAYA 47-51

February 6-12
  • INgoma 120 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Ukulalela UJehova Kuletha Izibusiso”: (10 imiz.)

    • Isaya 48:17—Ukukhonza kweqiniso kusekelwe ekulaleleni imiyalo kaNkulunkulu (ip-2 131 ¶18)

    • Isaya 48:18—UJehova uyasithanda futhi ufuna sikujabulele ukuphila (ip-2 132 ¶19)

    • Isaya 48:19—Ukulalela kuletha izibusiso zaphakade (ip-2 132 ¶20-21)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Isaya 49:6—Kungayiphi indlela uMesiya ‘engukukhanya kwezizwe,’ nakuba inkonzo yakhe yasemhlabeni yayigxile kuma-Israyeli kuphela? (w07 1/15 9 ¶8)

    • Isaya 50:1—Kungani uJehova abuza ama-Israyeli: “Iphi incwadi kanyoko yesehlukaniso, engimmukisile?” (it-1 643 ¶4-5)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Isaya 51:12-23

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 89

  • Izidingo Zebandla: (7 imiz.) Noma ningase nikhethe ukuxoxa ngezifundo ezitholakala kuyi-Ncwadi Yonyaka. (yb16 144-145)

  • Yiba Umngane KaJehova—Lalela UJehova: (8 imiz.) Ingxoxo. Qala ngokudlala i-video ethi Yiba Umngane KaJehova—Lalela UJehova. Yibani senixoxa ngemibuzo elandelayo: Yisiphi isizathu esibaluleke kakhulu sokuba silalele uJehova? (IzA 27:11) Yiziphi ezinye zezindlela izingane okumelwe zimlalele ngazo uJehova? Yiziphi ezinye zezindlela abantu abadala okumelwe bamlalele ngazo uJehova?

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 8 ¶1-7 nebhokisi elithi “Izindaba Ezinhle Ngezilimi Ezevile Ku-670

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 98 Nomthandazo