January 18-24
Ezra 1-5
INgoma 85 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UJehova Uyazigcina Izithembiso Zakhe”: (10 imiz.) [Dlala i-video enesihloko esithi Isethulo Sika-Ezra.]
Ezra 3:
1-6 —Iziprofetho zikaJehova akwenzeki zingafezeki (w06 1/15 19 ¶2) Ezra 5:
1-7 —UJehova angahlela izinto ukuze abantu bakhe baphumelele (w06 1/15 19 ¶3; w86 1/15 9 ¶3; w86 2/1 29 ibhokisi)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Ezra 1:
3-6 —Kungani singenakusho ngempela ukuthi ama-Israyeli angazange abuyele eJerusalema ngokuzithandela ayenokholo olubuthakathaka? (w06 1/15 17 ¶5; 18 ¶7) Ezr 4:
1-3 —Kungani usizo lwenqatshwa? (w06 1/15 19 ¶2) Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: Ezra 3:10–4:7 (4 imiz. noma ngaphansi)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Khulumela isihloko sokugcina se-Nqabayokulinda yale nyanga.
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) Makube nomboniso wendlela yokwenza impindelo kumuntu osabele kahle entshumayelweni ebisekelwe esihlokweni sokugcina se-Nqabayokulinda yale nyanga. Beka isisekelo sempindelo elandelayo.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) Makube nomboniso wendlela yokuqhuba isifundo seBhayibheli. (bh 20-21 ¶6-8)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Zonke Lezi Ezinye Izinto Niyozenezelelwa”: (5 imiz.) Inkulumo esekelwe kuMathewu 6:33 noLuka 12:
22-24. Cela abamemezeli ukuba balandise okuhlangenwe nakho lapho uJehova agcwalisa khona isithembiso saKhe sokunakekela izidingo zabo ezingokwenyama lapho bebeka uMbuso kuqala. Ingabe Izwi Lakho ‘LinguYebo Libe LinguCha’?: (10 imiz.) Ingxoxo. (w14 3/15 30-32)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: ia isahl. 7 ¶1-14 (30 imiz.)
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 41 Nomthandazo