January 25- 31
Ezra 6-10
INgoma 10 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UJehova Ufuna Izinceku Ezinomoya Ovumayo”: (10 imiz.)
Ezra 7:10
—U-Ezra walungiselela inhliziyo yakhe Ezra 7:
12-28 —U-Ezra wenza amalungiselelo okubuyela eJerusalema Ezra 8:
21-23 —U-Ezra wathembela kuJehova ukuba avikele izinceku zaKhe
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Ezra 9:
1, 2 —Kwakuwusongo olungathí sina kangakanani ukuganiselana ‘nabantu bezizwe’? (w06 1/15 20 ¶1) Ezra 10:3
—Kungani abantwana bamukiswa kanye nabafazi? (w06 1/15 20 ¶2) Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: Ezra 7:
18-28 (4 imiz. noma ngaphansi)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Hambisa incwajana ethi Izindaba Ezinhle, bese nixoxa ngesifundo 8, umbuzo 1, isigaba 1. Beka isisekelo sempindelo.
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) Makube nomboniso wendlela yokwenza impindelo kumuntu owamukele incwajana ethi Izindaba Ezinhle. Xoxani ngesifundo 8, umbuzo 1, isigaba 2. Beka isisekelo sempindelo elandelayo.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) Makube nomboniso wendlela yokuqhuba isifundo seBhayibheli kusetshenziswa incwajana ethi Izindaba Ezinhle, isifundo 8, umbuzo 2.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Ukuthuthukisa Amakhono Ethu Enkonzweni
—Ukubeka Isisekelo Sempindelo”: (7 imiz.) Ingxoxo. Veza amaphuzu ayinhloko ngokudlala i-video ethi Amakhono Ango-January, ebonisa abamemezeli indlela yokubeka isisekelo sempindelo ngemva kokuhambisa INqabayokulinda nangemva kokuhambisa incwajana ethi Izindaba Ezinhle. Izidingo zebandla: (8 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: ia isahl. 7 ¶15-27, nokubukezwa kwesahluko (30 min.)
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 120 Nomthandazo