January 4-10
2 Izikronike 29-32
INgoma 114 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ukukhulekela Kweqiniso Kudinga Ukuzikhandla”: (10 imiz.)
2Kro 29:
10-17 —UHezekiya ubuyisela ukukhulekela kweqiniso ngokuzimisela 2Kro 30:
5, 6, 10-12 —UHezekiya umema bonke abanhliziyo-ziqotho ukuba babuthane ekukhulekeleni kweqiniso 2Kro 32:
25, 26 —UHezekiya ulungisa ukuzidla kwakhe ngokuthobeka (w05 10/15 25 ¶20)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
2Kro 29:11
—UHezekiya wasibeka kanjani isibonelo esihle mayelana nokuhlela izinto eziza kuqala? (w13 11/15 17 ¶6-7) 2Kro 32:
7, 8 —Yisiphi isinyathelo esiwusizo kakhulu esingasithatha ukuze sizilungiselele izingqinamba esisazobhekana nazo? (w13 11/15 20 ¶17) Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: 2Kro 31:
1-10 (4 imiz. noma ngaphansi)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lungiselela Izintshumayelo Zale Nyanga: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video yokuqala ye-Ntshumayelo Esikiselwe YeNqabayokulinda, bese nixoxa ngokuvelele kuyo. Qokomisa indlela ummemezeli abeke ngayo isisekelo sempindelo. Yenza okufanayo ngentshumayelo yesibili esikiselwe ye-Nqabayokulinda neyencwajana ethi Izindaba Ezinhle. Bhekisela kwesithi “Indlela Yokuqhuba Isifundo Ngencwajana Ethi Izindaba Ezinhle.” Khuthaza abamemezeli ukuba bazakhele ezabo izintshumayelo.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Ilungelo Lethu Lokwakha Nokunakekela Izindawo Zokukhulekela Kweqiniso”: (15 imiz.) Ingxoxo. Cela labo abaye bahlanganyela ekwakhiweni kwamaHholo OMbuso ukuba bathi qaphuqaphu ngenjabulo abayitholile. Xoxa kafushane nomzalwane owengamele ukuhlanzwa nokunakekelwa kweHholo LoMbuso mayelana namalungiselelo ebandla.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: ia isahl. 6 ¶1-14 (30 imiz.)
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 142 Nomthandazo
Khumbula: Sicela uyidlale yonke ingoma entsha eqoshiwe kube kanye, bese ibandla liyayicula.