INCWAJANA YOMHLANGANO WOKUPHILA NENKONZO Januwari 2017
Izintshumayelo Ezisikiselwe
Izintshumayelo ezisikiselwe ze-Nqabayokulinda nokufundisa iqiniso ngesibonakaliso sezinsuku zokugcina. Zisebenzisele ukuzenzela eyakho intshumayelo.
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
UJehova Uyabanakekela Abantu Bakhe
Njengomuntu ophanayo ezivakashini zakhe, uJehova uNkulunkulu usipha inala yokudla okungokomoya okungcono kakhulu.
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Inkosi Iyobusa Ngenjongo Yokulunga”
UJesu, iNkosi, ulungiselela izikhulu ezingabadala abanakekela umhlambi. Bavuselela umhlambi ngokuwuqondisa nangokuwuqabula ngokomoya.
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
Ukholo LukaHezekiya Lwavuzwa
Abase-Asiriya bazama ukwenza amaJuda acele umaluju engalwanga, kodwa uJehova uthumela ingelosi yakhe ukuze avikele iJerusalema.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“O Jehova, . . . Ithemba Lami Ngilibeke Kuwe”
Kubalulekile ukuthembela kuJehova uNkulunkulu lapho izinto zihamba kahle nalapho kunzima. UHezekiya wabonisa kanjani ukuthi uthembela kuNkulunkulu?
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
UJehova Unika Okhatheleyo Amandla
Ukundiza kokhozi kuyibonisa kahle indlela esikwazi ngayo ukuqhubeka sikhonza uNkulunkulu ngamandla asinika wona.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Khumbula Ukuthandazela AmaKristu Ashushiswayo
Singathandaza kanjani ukuze sisize amaKristu abhekene noshushiso?
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
UJehova UnguNkulunkulu Weziprofetho Eziyiqiniso
Kusasele iminyaka engaba ngu-200, uJehova wasebenzisa u-Isaya ukuze achaze lokho okwakuzokwenzeka eBhabhiloni.