UJehova Uyabanakekela Abantu Bakhe
Njengomuntu ophanayo ezivakashini zakhe, uJehova usipha inala yokudla okungokomoya.
‘UJehova wamabutho uyokwenzela zonke izizwe idili’
-
Ngezikhathi zeBhayibheli, lapho abantu bedla ndawonye kwakubonisa ukuthi banokuthula futhi bangabangane
“Lezidlo ezinamafutha akahle, ezigcwele umnkantsha, lewayini eligcinwe enhleseni, elihluziwe”
-
Izidlo ezinamafutha akahle newayini eligcinwe enhleseni elihluziwe kufanekisela ukudla okungokomoya kwekhethelo uJehova asilungiselela kona