Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

January 23-29

ISAYA 38-42

January 23-29
  • INgoma 78 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • UJehova Unika Okhatheleyo Amandla”: (10 imiz.)

    • Isaya 40:25, 26—UJehova unguMthombo wawo wonke amandla ashukumisayo (ip-1 410-411 ¶23-25)

    • Isaya 40:27, 28—UJehova uyabuqaphela ubunzima esibukhuthazelelayo nokungabi nabulungisa esibhekana nabo (ip-1 413 ¶27)

    • Isaya 40:29-31—UJehova ubanika amandla labo abathembela kuye (ip-1 414-415 ¶29-31)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Isaya 38:17—Kungamuphi umqondo uJehova ephonsa izono zethu ngemva kwakhe? (w03 7/1 18 ¶17)

    • Isaya 42:3—Lesi siprofetho sagcwaliseka kanjani kuJesu? (w15 2/15 6 ¶13)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Isaya 40:6-17

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) lc—Beka isisekelo sempindelo.

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) lc—Beka isisekelo sempindelo elandelayo.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) lv 38-39 ¶6-7—Bonisa indlela yokufinyelela inhliziyo.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU