Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

January 30–February 5

ISAYA 43-46

January 30–February 5
  • INgoma 33 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • UJehova UnguNkulunkulu Weziprofetho Eziyiqiniso”: (10 imiz.)

    • Isaya 44:26-28—UJehova waprofetha ukuthi iJerusalema nethempeli kwakuyokwakhiwa kabusha, futhi wathi igama lalowo owayeyonqoba iBhabhiloni kwakuyoba uKoresi (ip-2 71-72 ¶22-23)

    • Isaya 45:1, 2—UJehova wanikeza imininingwane yokunqotshwa kweBhabhiloni (ip-2 77-78 ¶4-6)

    • Isaya 45:3-6—UJehova wanikeza izizathu zokuba asebenzise uKoresi ukuze anqobe iBhabhiloni (ip-2 79-80 ¶8-10)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Isaya 43:10-12—Ama-Israyeli ayezoba yisizwe sofakazi bakaJehova ngayiphi indlela? (w14 11/15 21-22 ¶14-16)

    • Isaya 43:25—Isiphi isizathu esiyinhloko esenza uJehova asule izeqo? (ip-2 60 ¶24)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Isaya 46:1-13

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) lc—Shumayela ngokwethukela kosebenza naye noma kofunda naye.

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) lc—Beka isisekelo sempindelo elandelayo.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) jl isifundo 4

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU