January 9- 15
ISAYA 29-33
INgoma 123 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Inkosi Iyobusa Ngenjongo Yokulunga”: (10 imiz.)
Isaya 32:1
—INkosi eyobusa ngenjongo yokulunga nguJesu Kristu (w14 2/15 6 ¶13) Isaya 32:2
—UJesu obekwe esihlalweni sobukhosi ulungiselela izikhulu ukuze zinakekele umhlambi (ip-1 332-334 ¶7-8) Isaya 32:3, 4
—Abantu bakaJehova bayafundiswa futhi baqeqeshwe, okubasiza babonakalise ukulunga (ip-1 334-335 ¶10-11)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Isaya 30:21
—Iziphi izindlela uJehova akhuluma ngazo nezinceku zakhe? (w14 8/15 21 ¶2) Isaya 33:22
—Kwenzeka nini futhi kanjani ukuba uJehova abe uMahluleli, uMniki-zimiso neNkosi yesizwe sakwa-Israyeli? (w14 10/15 14 ¶4) Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Isaya 30:22-33
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) isembozo se-wp17.1
—Xoxa nomninikhaya othukuthele. Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) isembozo se-wp17.1
—Funda imiBhalo emshinini ophathwayo. Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) lv 31-32 ¶12-13
—Bonisa indlela yokufinyelela inhliziyo.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Indawo Yokucashela Umoya” (Isaya 32:2): (9 imiz.) Dlala i-video.
Lalela Emihlanganweni: (6 imiz.) Dlala i-video ethi Lalela Emihlanganweni. Kamuva, cela izingane ezincane zize esiteji bese uzibuza: Yini engakwenza ungalaleli esifundweni? Yini eyayingase yenzeke ukube uNowa wayengalalele lapho uJehova emchazela ukuthi awakhe kanjani umkhumbi? Kungani kubalulekile ukuba izingane zilalele esifundweni?
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 6 ¶16-24 nebhokisi elithi “Ungokoqobo Kangakanani UMbuso Kuwe?”
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz).
INgoma 40 Nomthandazo