Kushunyayelwa eduze kwaseMonrovia, eLiberia

INCWAJANA YOMHLANGANO WOKUPHILA NENKONZO Januwari 2018

Ongase Uxoxe Ngakho

Uchungechunge lwalokho ongaxoxa ngakho ngokuphathelene nendlela iBhayibheli elisewusizo ngayo namuhla.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

“Umbuso Wamazulu Ususondele”

UJohane wayephila ukuphila okulula, ezinikele ngokuphelele ekwenzeni intando kaJehova. Nanamuhla, lokhu kungasisiza sikwazi ukwenza okwengeziwe enkonzweni kaJehova.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Izifundo Esingazifunda Entshumayelweni KaJesu YaseNtabeni

Kusho ukuthini ukuqaphela isidingo sethu esingokomoya? Singaluthuthukisa kanjani uhlelo lwethu lokudla ukudla okungokomoya?

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Qale Wenze Ukuthula Nomfowenu​—⁠Kanjani?

Yini eyayifundiswa uJesu mayelana nokuhlobana okukhona phakathi kokuba nokuthula nabafowethu nendlela yokumkhonza ayamukelayo uNkulunkulu?

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Qhubekani Nifuna Kuqala UMbuso

Kuzo zonke izinto esingazithandazela, yikuphi okufanene kuze kuqala?

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Yekani Ukukhathazeka

ENtshumayelweni yakhe yaseNtabeni, uJesu wayesho ukuthini lapho etshela abafundi bakhe ukuba bayeke ukukhathazeka?

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

UJesu Wayebathanda Abantu

Lapho uJesu elapha abantu, wabonisa amandla akhe, kodwa okubaluleke nakakhulu wabonisa ukuthi ubathanda kakhulu abantu futhi uyabazwela.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

UJesu Wathi Uzoletha Ukuqabuleka

Lapho samukela ijoka likaJesu lokuba umlandeli wakhe ngesikhathi sibhapathizwa, sisuke samukela umsebenzi oyinselele nemithwalo yawo, kodwa ukwenza kanjalo kuyinto eqabulayo.