Januwari 1-7
MATHEWU 1-3
INgoma 99 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UMbuso Wamazulu Ususondele”: (10 imiz.)
[Dlala ividiyo ethi Isethulo SikaMathewu.]
Math 3:1, 2—UJohane uMbhapathizi wamemezela ukuthi uMbusi wangesikhathi esizayo woMbuso wasezulwini wayesezobonakala (amaphuzu okucwaninga: “ukushumayela,” “uMbuso,” “uMbuso wamazulu,” “ususondele,”akuMath 3:1, 2,kuyi-nwtsty-E)
Math 3:4—UJohane uMbhapathizi wayephila ukuphila okulula ezinikele ngokuphelele ekwenzeni intando kaNkulunkulu (okubukwayo: “Izingubo ZikaJohane UMbhapathizi Nendlela Abukeka Ngayo,” “Izinkumbi,” “Uju Lwasendle,” okukuMath 3:4, kuyi-nwtsty-E)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Math 1:3—Yini okungenzeka yabangela ukuba kufakwe abesifazane abahlanu ohlwini lozalo lukaJesu olukuMathewu olunabesilisa abaningi? (iphuzu lokucwaninga elithi “uThamari,” elikuMath 1:3, kuyi-nwtsty-E)
Math 3:11—Sazi kanjani ukuthi ubhaphathizo lusho ukucwiliswa ngokuphelele emanzini? (iphuzu lokucwaninga elithi “nginibhapathiza” elikuMath 3:11, kuyi-nwtsty-E)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Math 1:1-17
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
Lapho Ubuyela Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Bheka ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho.
Isifundo SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bhs 41-42 ¶6-7
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Umbiko Wenkonzo Waminyaka Yonke: (15 imiz.) Inkulumo enikezwa umdala. Ngemva kokufunda incwadi yombiko wenkonzo waminyaka yonke evela ehhovisi legatsha, xoxa nabamemezeli obakhethe kusengaphambili, abanokuthile okuhle abakujabulele enkonzweni phakathi nonyaka odlule.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv isahl. 2 ¶1-11
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 86 Nomthandazo