Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Januwari 15-​21

MATHEWU 6-7

Januwari 15-​21
  • INgoma 40 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Qhubekani Nifuna UMbuso Kuqala”: (10 imiz.)

    • Math 6:10—UMbuso wawuphakathi kwezinto zokuqala ezashiwo emthandazweni oyisibonelo, okubonisa ukubaluleka kwawo (bhs 178 ¶12)

    • Math 6:24—Asinakuba izigqila zikaNkulunkulu “nezeNgcebo” (iphuzu lokucwaninga elithi “ongakhonza” elikuMath 6:24, kuyi-nwtsty-E)

    • Math 6:33—UJehova uyozanelisa izidingo zezinceku zakhe ezithembekile ezibeka phambili ekuphileni kwazo izinto ezisekela uMbuso (amaphuzu okucwaninga: “Qhubekani nifuna,” “uMbuso,” “kwakhe,” “nokulunga” akuMath 6:33, kuyi-nwtsty-E; w16.07 12 ¶18)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Math 7:12—Singalisebenzisa kanjani leli vesi lapho silungiselela izingeniso esizozisebenzisa enkonzweni yasensimini? (w14 5/15 14-15 ¶14-16)

    • Math 7:28, 29—Indlela kaJesu yokufundisa yazithonya kanjani izixuku, futhi kungani? (amaphuzu okucwaninga: “zakhexa,” “ngendlela yakhe yokufundisa,” “kungenjengababhali bazo,” akuMath 7:28, 29 kuyi-nwtsty-E)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Math 6:1-18

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa intshumayelo yengxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usubonisa indlela ongampendula ngayo umninikhaya osebenzisa indlela yokuphikisa evamile endaweni yakini.

  • Lapho Ubuyela Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa intshumayelo yengxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Umuntu obuxoxe naye akekho, kuvula isihlobo emnyango.

  • Lapho Ubuyela Okwesibili: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU