Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Januwari 8-14

MATHEWU 4-5

Januwari 8-14
  • INgoma 93 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Izifundo Esingazifunda ENtshumayelweni KaJesu YaseNtabeni”: (10 imiz.)

    • Math 5:3—Ukunaka isidingo sethu esingokomoya kuletha injabulo (amaphuzu okucwaninga: “Bayajabula,” “abaqaphela isidingo sabo esingokomoya,” akuMath 5:3, kuyi-nwtsty-E)

    • Math 5:7—Ukuba nesihe kanye nozwela kuletha injabulo (iphuzu lokucwaninga elithi “abanesihe” elikuMath 5:7, kuyi-nwtsty-E)

    • Math 5:9—Ukuba abenzi bokuthula kusenza sijabulo (iphuzu lokucwaninga elithi “abanokuthula” elikuMath 5:9, kuyi-nwtsty-E; w07 12/1 17)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Math 4:9—USathane wazama ukulinga uJesu ukuba enzeni? (iphuzu lokucwaninga elithi “wenze isenzo sokukhuleka” elikuMath 4:9, kuyi-nwtsty-E)

    • Math 4:23—Imiphi imisebenzi emibili ebalulekile uJesu ayeyenza? (iphuzu lokucwaninga elithi “efundisa . . . eshumayela” elikuMath 4:23, kuyi-nwtsty-E)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Math 5:31-48

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Bheka ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho.

  • Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.

  • Inkulumo: (6 imiz. noma ngaphansi) w16.03 31-32​—Isihloko: Lapho USathane Elinga UJesu, Ingabe Wamthatha Ngokoqobo Wamyisa Ethempelini?

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

^ isig. 24 Ningase nikhethe ukungalifundi ibhokisi.