Januwari 11-17
LEVITIKUSI 20-21
Ingoma 80 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UJehova Ubenza Bahluke Abantu Bakhe”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Lev 21:5—Kungani uMthetho kaNkulunkulu wawukwenqabela ukuzisika umzimba? (it-1-E 563)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Lev 20:1-13 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: Umthandazo—1Joh 5:14. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana, bese ubuza izilaleli imibuzo evela kwividiyo.
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 6)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze incwajana ethi Izindaba Ezinhle, bese uqala isifundo seBhayibheli esifundweni 12. (th isifundo 19)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Vikela Umshado Wakho”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Kumelwe ‘Sigijime Ngokukhuthazela’—Lalela Imithetho Yomncintiswano.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr ingxenye 1, isahl. 3 ¶1-10, ividiyo eyisethulo, ibhokisi 3A
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 94 Nomthandazo