Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

UJehova Ubenza Bahluke Abantu Bakhe

UJehova Ubenza Bahluke Abantu Bakhe

Kumelwe siyilalele yonke imithetho kaJehova (Lev 20:22, 23; w04 10/15 11 ¶12)

UJehova usithembisa ifa (Lev 20:24; it-1-E 1199)

UJehova ulindele ukuba abantu bakhe bamkhonze ngendlela ehlanzekile (Lev 20:25, 26; it-1-E 317 ¶2)

UJehova uyababusisa labo abahlala benobuhlobo obuseduze naye. Ukuze siqhubeke simjabulisa, kumelwe sihluke kuleli zwe nasemikhubeni yalo engemihle.

ZIBUZE, ‘Yiziphi izindlela zokwelapha ezingamjabulisi uNkulunkulu okumelwe ngizigweme?’