Januwari 18-24
LEVITIKUSI 22-23
Ingoma 86 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Esikufunda Emikhosini Yangezikhathi Ezithile”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Lev 22:21, 22—Kungani kumelwe sithembeke futhi sibe qotho ngokuphelele kuJehova? (w19.02 3 ¶3)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Lev 23:9-25 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Nikeza umninikhaya umagazini ohlobene nendaba akhulume ngayo. (th isifundo 13)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze okuthile okuseBhokisini Lethu Lamathuluzi Okufundisa. (th isifundo 9)
Inkulumo: (5 imiz.) w07 7/15 26—Isihloko: Ubani Owayevuna Ulibo Lwebhali Olwalulethwa Endlini Engcwele? (th isifundo 13)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“IMihlangano Yesifunda Iyizikhathi Zokubonisa Uthando”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi IMihlangano Yezizwe Ethi “Uthando Alusoze Lwaphela Nanini”!.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 3 ¶11-20
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 9 Nomthandazo