Febhuwari 1-7
LEVITIKUSI 26-27
Ingoma 89 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Esingakwenza Ukuze UJehova Asibusise”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Lev 26:16—Kungamuphi umqondo uJehova ajezisa ama-Israyeli ngesifo? (it-2-E 617)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Lev 26:18-33 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mshiyele ikhadi lemininingwane yokungena ku-jw.org. (th isifundo 11)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze okuthile okuseBhokisini Lethu Lamathuluzi Okufundisa. (th isifundo 6)
Inkulumo: (5 imiz.) w09 8/1 30—Isihloko: Kufanele Nginikele Ngamalini? (th isifundo 16)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Khetha Ukukhonza UJehova”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Indlela Eya Obhapathizweni.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 4 ¶1-9, ividiyo eyisethulo, ibhokisi 4A
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 2 Nomthandazo