Febhuwari 15-21
NUMERI 3-4
Ingoma 99 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Umsebenzi WamaLevi”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Num 4:15—Iyiphi enye indlela esingabonisa ngayo ukwesaba uNkulunkulu? (w06 8/1 23 ¶13)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Num 4:34-49 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evame endaweni yangakini. (th isifundo 2)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze okuthile okuseBhokisini Lethu Lamathuluzi Okufundisa. (th isifundo 15)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) fg isifundo 12 ¶8 (th isifundo 13)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Umbiko Wenkonzo Waminyaka Yonke: (15 imiz.) Inkulumo ebekwa umdala. Ngemva kokufunda isaziso sombiko wenkonzo waminyaka yonke esivela ehhovisi legatsha, xoxa nabamemezeli ohlele nabo kusengaphambili, abanokuthile okukhuthazayo okwenzeke enkonzweni ngonyaka odlule.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr ingxenye 2, isahl. 5 ¶1-8, ividiyo eyisethulo
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 63 Nomthandazo