Febhuwari 22-28
NUMERI 5-6
Ingoma 81 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ungawalingisa Kanjani AmaNaziri?”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Num 6:6, 7—USamsoni waqhubeka kanjani engumNaziri nangemva kokuthinta izidumbu zabantu ayebabulele? (w05 1/15 30 ¶2)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Num 5:1-18 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yethula ividiyo ethi OFakazi BakaJehova—Singobani? (kodwa ungayidlali) bese nixoxa ngayo. (th isifundo 1)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze okuthile okuseBhokisini Lethu Lamathuluzi Okufundisa. (th isifundo 3)
Inkulumo: (5 imiz.) w06 1/15 32—Isihloko: Umvubukulo Omangalisayo Ofakazela Ukuthi IBhayibheli Linembile Uma Likhuluma Ngomlando. (th isifundo 13)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Ungaba Yini Iphayona NgoMashi Noma Ngo-Ephreli?”: (5 imiz.) Ingxoxo.
Umkhankaso WeSikhumbuzo Uzoqala NgoMgqibelo, Febhuwari 27: (10 imiz.) Ingxoxo. Nikeza izilaleli isimemo, bese usho okuphakathi. Yisho amalungiselelo enziwe okuhlanganisa insimu. Dlala ividiyo yalokho ongase uxoxe ngakho. Yibe usubuza izilaleli le mibuzo: Kufanele idlalwe nini ividiyo ethi Khumbula Ukufa KukaJesu? Yiziphi ezinye izindlela umninikhaya angabonisa ngazo ukuthi uyathanda ukulalela?
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 5 ¶9-16
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 36 Nomthandazo