Febhuwari 8-14
NUMERI 1-2
Ingoma 123 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UJehova Ubenza Bahleleke Abantu Bakhe”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Num 1:2, 3—Yayiyini injongo yokubhaliswa kwabantu esizweni sakwa-Israyeli? (it-2-E 764)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Num 1:1-19 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Cela isifundo seBhayibheli, bese wethula ividiyo ethi Siqhutshwa Kanjani Isifundo SeBhayibheli? (kodwa ungayidlali) (th isifundo 9)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Shintsha intshumayelo ivumelane nezidingo zomninikhaya, ufunde nomBhalo ofanelekayo. (th isifundo 12)
Inkulumo: (5 imiz.) w08 7/1 21—Isihloko: Kungani IBhayibheli livame Ukukhuluma Ngezizwe Ezingu-12 Zakwa-Israyeli Kanti Empeleni Zazingu-13? (th isifundo 7)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Sihlelelwe Ukushumayela Kubo Bonke Abantu”: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Yiba Umngane KaJehova—Shumayela Ngolunye Ulimi. Xoxa nezilaleli ngezinye zezinto eziku-JW Language®.
Izidingo Zebandla: (5 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 4 ¶10-17
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 1 Nomthandazo