Januwari 25-31
LEVITIKUSI 24-25
Ingoma 144 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Unyaka WeJubili Nenkululeko Yangesikhathi Esizayo”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Lev 24:20—IZwi likaNkulunkulu liyakukhuthaza yini ukuziphindiselela? (w09 9/1 22 ¶4)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Lev 24:1-23 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evame endaweni yangakini. (th isifundo 16)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Nikeza umninikhaya isimemo esimmemela emihlanganweni yethu, bese wethula ividiyo ethi Kwenziwani EHholo LoMbuso? (kodwa ungayidlali) (th isifundo 11)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) fg isifundo 12 ¶6-7 (th isifundo 14)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Izidingo Zebandla: (5 imiz.)
“Inkululeko Yangesikhathi Esizayo Ezolethwa UNkulunkulu NoKristu”: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Njengoba Isiphepho Sisondela, Gxila KuJesu!—Izibusiso ZoMbuso Ezizayo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 3 ¶21-30
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 104 Nomthandazo