Febhuwari 14-20
1 SAMUWELI 3-5
Ingoma 1 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UJehova Uyacabangela”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
1Sa 3:3—Sazi kanjani ukuthi uSamuweli wayengalali eNgcwelengcwele? (w05 3/15 21 ¶6)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 1Sa 3:1-18 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Cela ukumqhubela isifundo seBhayibheli ngencwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! (th isifundo 11)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Nikeza umninikhaya incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! bese niqala ukufunda esifundweni 01. (th isifundo 15)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lffi isifundo 03 iphuzu 6 (th isifundo 14)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Izifundo Esizithola Ekuphileni KukaSamuweli”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Funda Kubo—USamuweli.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 20 ¶9-17 nebhokisi 20A
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 99 Nomthandazo