Febhuwari 28–Mashi 6
1 SAMUWELI 9-11
Ingoma 121 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ekuqaleni USawulu Wayethobekile Futhi Enesizotha”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
1Sa 9:9—Yini okungenzeka yayifanekiselwa yila mazwi? (w05 3/15 22 ¶8)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 1Sa 9:1-10 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
“Yijabulele Nakakhulu Inkonzo Yakho—Siza Labo Obafundela IBhayibheli Bagweme Ukuzihlanganisa Nabantu Abangamthandi UJehova”: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Siza Labo Obafundela IBhayibheli Bagweme Ukuzihlanganisa Nabantu Abangamthandi UJehova.
Inkulumo: (5 imiz.) w15 4/15 7-8 ¶16-20—Isihloko: Amacebiso Okuqeqesha Abanye Ngokuphumelelayo. (th isifundo 19)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Umbiko Wenkonzo Waminyaka Yonke: (15 imiz.) Inkulumo ebekwa umdala. Ngemva kokufunda isaziso sombiko wenkonzo waminyaka yonke esivela ehhovisi legatsha, xoxa nabamemezeli ohlele nabo kusengaphambili, abanokuthile okukhuthazayo okwenzeke enkonzweni ngonyaka odlule.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 21 ¶7-12
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 123 Nomthandazo