Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Ekuqaleni USawulu Wayethobekile Futhi Enesizotha

Ekuqaleni USawulu Wayethobekile Futhi Enesizotha

USawulu wayenesizotha futhi wangabaza ukwamukela ubukhosi (1Sa 9:21; 10:20-22; w20.08 10 ¶11)

USawulu akazange axhamazele lapho abanye bekhuluma kabi ngaye (1Sa 10:27; 11:12, 13; w14 3/15 9 ¶8)

USawulu wakwamukela ukuqondiswa ngumoya ongcwele kaJehova (1Sa 11:5-7; w95 12/15 10 ¶1)

Ukuthobeka kuyosisiza sibheke amalungelo namakhono esinawo njengezipho ezivela kuJehova. (Rom 12:3, 16; 1Ko 4:7) Siyoqhubeka sincike esiqondisweni sikaJehova uma sithobekile.