Febhuwari 7-13
1 SAMUWELI 1-2
Ingoma 44 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Thululela Isifuba Sakho KuJehova Ngomthandazo”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
1Sa 2:10—Kungani uHana athandaza kuJehova ukuba ‘anike inkosi yakhe amandla’ kuyilapho yayingekho inkosi engumuntu kwa-Israyeli? (w05 3/15 21 ¶5)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 1Sa 1:1-18 (th isifundo 12)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile endaweni. (th isifundo 3)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usunikeza umninikhaya incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! bese nixoxa kafushane ngesihloko esithi “Indlela Ongazuza Ngayo Ngokugcwele Kulezi Zifundo ZeBhayibheli.” (th isifundo 20)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lffi isifundo 03 iphuzu 5 (th isifundo 13)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Basha—Thululelani Abazali Benu Isifuba”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi UBusha Bami—Ngingakhuluma Kanjani Nabazali Bami?.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 20 ¶1-8 nevidiyo eyisethulo
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 113 Nomthandazo