Januwari 10-16
ABAHLULELI 17-19
Ingoma 88 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ukungawulaleli UMthetho KaNkulunkulu Kubangela Izinkinga”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Hlu 19:18—Kungani igama elithi Jehova lifakiwe enguqulweni ebukeziwe ka-2013 ethi IBhayibheli—ImiBhalo Engcwele? (w15 12/15 11 ¶6)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Hlu 17:1-13 (th isifundo 2)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: UNkulunkulu Uyasikhathalela—Jer 29:11. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana, bese ubuza izilaleli imibuzo evela kwividiyo.
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 6)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Ngemva kwalokho, nikeza umninikhaya incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! bese niqala isifundo seBhayibheli esifundweni 01. (th isifundo 13)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Yiba Umngane KaJehova—Lalela Abazali Bakho (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala le vidiyo. Uma kungenzeka, yibe usubuza izingane ezithile ozikhethile le mibuzo: Yini eyenziwa uKhwezi ebonisa ukungalaleli umama wakhe? Wasiza kanjani ekulungiseni iphutha lakhe? Kungani kufanele ulalele abazali bakho?
Izidingo Zebandla: (5 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 18 ¶16-25
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 150 Nomthandazo