Januwari 17-23
ABAHLULELI 20-21
Ingoma 47 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Buza UJehova Njalo”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Hlu 20:16—Zazisetshenziswa kanjani izindwayimane ezimpini zasendulo? (w14 5/1 11 ¶4-6)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Hlu 20:1-13 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile endaweni. (th isifundo 5)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yethula ividiyo ethi OFakazi BakaJehova—Singobani? (kodwa ungayidlali). (th isifundo 17)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lffi isifundo 03 isethulo namaphuzu 1-3 (th isifundo 4)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Indalo Ikwenza Sikwethembe Nakakhulu Ukuhlakanipha KukaJehova”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Ingabe Kwadalwa? Izintuthwane Zisigwema Kanjani Isiminyaminya? nethi Ingabe Ladalwa? Ikhono Lenyosi I-Bumblebee Lokulawula Ukundiza Kwayo. Khuthaza izilaleli ukuba zizihlolele uchungechunge lwezihloko ezithi “Ingabe Kwaklanywa?” ku-jw.org ekukhulekeleni komkhaya.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr ingxenye 5, isahl. 19 ¶1-6, ividiyo eyisethulo nebhokisi 19A
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 87 Nomthandazo