Febhuwari 13-19
1 IZIKRONIKE 13-16
Ingoma 123 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ukulandela Isiqondiso Kuholela Empumelelweni”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
1Kr 16:31—Kungani amaLevi acula athi: “UJehova UseyiNkosi!”? (w14 1/15 10 ¶14)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 1Kr 13:1-14 (th isifundo 11)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile endaweni. (th isifundo 18)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze okuthile okuseBhokisini Lamathuluzi Okufundisa. (th isifundo 7)
Inkulumo: (5 imiz.) w16.01 10-11 ¶7-10—Isihloko: “Uthando Ukristu Analo Luyasiqhubezela.”—2Ko 5:14. (th isifundo 8)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Yiba Umngane KaJehova—Lalela Emihlanganweni: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo. Ngemva kwalokho, uma kungenzeka, buza izingane ezimbalwa ozikhethile le mibuzo: Kungani kumelwe ulalele emihlanganweni? Yini engakusiza ulalele?
Izidingo Zebandla: (10 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 37 iphuzu 6, ufundeni, ukubuyekeza nomgomo
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 21 Nomthandazo