Febhuwari 20-26
1 IZIKRONIKE 17-19
Ingoma 110 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“Hlala Ujabule Naphezu Kokudumazeka”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
1Kr 17:16-18—Kungani singaqiniseka njengoDavide? (w20.02 12, box)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 1Kr 18:1-17 (th isifundo 2)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yethula futhi nixoxe ngevidiyo ethi OFakazi BakaJehova—Singobani? (kodwa ungayidlali) (th isifundo 17)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze okuthile okuseBhokisini Lamathuluzi Okufundisa. (th isifundo 3)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 09 iphuzu 4 (th isifundo 9)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Umbiko Wenkonzo Waminyaka Yonke: (15 imiz.) Ingxoxo. Ngemva kokufunda isaziso sombiko wenkonzo waminyaka yonke esivela ehhovisi legatsha, cela izilaleli ziphawule ngeminye imiphumela emihle yoMbiko Wonyaka Wenkonzo Ka-2022 WoFakazi BakaJehova Emhlabeni Wonke. Xoxa nabamemezeli ohlele nabo kusengaphambili, abanokuthile okukhuthazayo okwenzeke enkonzweni ngonyaka odlule.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 38 amaphuzu 1-4
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 141 Nomthandazo