Januwari 16-22
1 IZIKRONIKE 1-3
Ingoma 96 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“IBhayibheli—Incwadi Yamaqiniso, Hhayi Yezinganekwane”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
1Kr 3:1-3—Kungani amagama abesifazane ayevela ohlwini lozalo ngezinye izikhathi? (it-1 911 ¶3-4)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 1Kr 1:43-54 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Nikeza umninikhaya umagazini ohlobene nendaba akhulume ngayo. (th isifundo 4)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze okuthile okuseBhokisini Lamathuluzi Okufundisa. (th isifundo 1)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 08 iphuzu 7 nengxenye ethi Abanye Abantu Bathi (th isifundo 8)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Qinisa Ukholo Lwakho NgeZwi LikaNkulunkulu”: (15 imiz.) Ingxoxo nevidiyo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 34
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 89 Nomthandazo