INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
IBhayibheli—Incwadi Yamaqiniso, Hhayi Yezinganekwane
[Dlala ividiyo Yesethulo seyo-1 IziKronike.]
U-Adamu wayengumuntu ongokoqobo (1Kr 1:1; w09 9/1 14 ¶1)
UNowa naye wayengumuntu ongokoqobo (1Kr 1:4; w08 6/1 3 ¶4)
Lapho sesazi ukuthi abantu okukhulunywa ngabo eBhayibhelini akusibo abantu abaqanjiwe, kodwa abantu abangokoqobo kufanele sizazise izifundo esizifunda ezibonelweni zabo.—1Ko 15:22; w09 9/1 14-15.