Januwari 2-8
2 AMAKHOSI 22-23
Ingoma 28 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“Kungani Kufanele Sithobeke?” (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
2Kh 23:24, 25—Labo abakhule kanzima bangafundani esibonelweni sikaJosiya?(w01 4/15 26 ¶3-4)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Kh 23:16-25 (th isifundo 2)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Nixoxa Okokuqala: Umthandazo—Hu 65:2.Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana bese ubuza izilaleli imibuzo evela kwividiyo.
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 1)
Lapho Nixoxa Okokuqala: (5 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho, bese uqala isifundo seBhayibheli esifundweni isifundo 01 usebenzisa incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! (th isifundo 16)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Uthobekile Noma Uyaqhosha? (Jak 4:6): (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo. Ngemva kwalokho buza izilaleli le mibuzo: Uyini umehluko phakathi kokuthobeka nokuqhosha? Sifundani esibonelweni sikaMose? Kungani uzimisele ukuhlala uthobekile?
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 33
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 23 Nomthandazo