Januwari 23-29
1 IZIKRONIKE 4-6
Ingoma 42 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“Imithandazo Yami Yembulani Ngami?”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
1Kr 5:10—Ukunqotshwa kwamaHagiri kusikhuthaza kanjani lapho sibhekene nezinkinga ezibonakala zingenakunqotshwa? (w05 10/1 9 ¶7)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 1Kr 6:61-81(th isifundo 2)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile.(th isifundo 3)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yethula futhi nixoxe ngevidiyo ethi Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli? (kodwa ungayidlali) (th isifundo 14)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 08 ukubuyekeza, ufundeni nomgomo (th isifundo 9)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Zilungiselele Manje Izimo Eziphuthumayo Zokwelashwa”: (15 imiz.) Ingxoxo ne vidiyo. Kumelwe isingathwe umdala. Vumela izilaleli ezimbalwa ziphawule ngemva kwevidiyo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 35
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 88 Nomthandazo