Januwari 9-15
2 AMAKHOSI 24-25
Ingoma 60 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“Hlala Unomuzwa Wokuphuthuma”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
2Kh 24:3, 4—La mavesi asifundisani ngoJehova? (w05 8/1 12 ¶1)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Kh 24:1-17 (th isifundo 11)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: Umthandazo—1Jo 5:14. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana bese ubuza izilaleli imibuzo evela kwividiyo.
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 15)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho bese uqalisa isifundo seBhayibheli esifundweni 01 usebenzisa incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! (th isifundo 19)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Izidingo Zebandla: (15 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff Okufunde Engxenyeni 2
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 54 Nomthandazo