Febhuwari 27–Mashi 5
1 IZIKRONIKE 20-22
Ingoma 133 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“Siza Abasebasha Ukuba Baphumelele”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
1Kr 21:15—Leli vesi lisifundisani ngoJehova? (w05 10/1 11 ¶6)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwalelisonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 1Kr 20:1-8 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile endaweni. (th isifundo 1)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Nikeza umninikhaya isimemo semihlangano bese wethula futhi nixoxe ngevidiyo ethi Kwenziwani EHholo LoMbuso? (kodwa ungayidlali) (th isifundo 19)
Inkulumo: (5 imiz.) w16.03 10-11 ¶10-15—Isihloko: Basha—Ingabe Nikulungele Ukubhapathizwa? (th isifundo 16)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Sebenzisa Izimiso ZeBhayibheli Ukuze Usize Izingane Zakho Ziphumelele”: (10 min.) Ingxoxo ne vidiyo.
Izidingo Zebandla: (5 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 38 iphuzu 5 ukubukeza, ufundeni, nomgomo
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 5 Nomthandazo