UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Sebenzisa Izimiso ZeBhayibheli Ukuze Usize Izingane Zakho Ziphumelele
Abazali abangamaKristu bafuna izingane zabo zikujabulele ukuphila zisenkozweni kaJehova. Abazali bangazisiza izingane zabo ziphumelele ngokusebenzisa izimiso zeBhayibheli lapho baziqeqesha.—IzA 22:6.
-
Ngeneka kalula ukuze izingane zakho zikwazi ukukhuluma nawe.—Jak 1:19
-
Yiba yisibonelo esihle.—Dut 6:6
-
Qhubeka ukhonza uJehova.—Efe 6:4
BUKELANI IVIDIYO ETHI YAKHA INDLU EYOKUMA PHAKADE—QEQESHA IZINGANE ZAKHO ‘NGOKWENDLELA OKUFANELE ZIHAMBE NGAYO’ BESE NIPHENDULA LE MIBUZO ELANDELAYO:
-
Abazali bangabonisa kanjani ukuthi bayacabangela?
-
Abazali bangasisebenzisa kanjani isimiso esitholakala kuJakobe 1:19?
-
Yini abazali abangayenza lapho kuba nezinkinga?