Febhuwari 12-18
IHUBO 5–7
Ingoma 118 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)
1. Hlala Uqotho Noma Ngabe Abanye Benzani
(10 imiz.)
Ngezinye izikhathi, uDavide waphelelwa injabulo ngenxa yezenzo zabanye (Hu 6:6, 7)
Wathandaza kuJehova wacela usizo (Hu 6:2, 9; w21.03 15 ¶7-8)
Indlela uDavide ayemethemba ngayo uJehova yamsiza wahlala eqotho (Hu 6:10)
ZIBUZE, ‘Ingabe ngakha ukholo oluqine ngokwanele ukuba lungisize ngihlale ngiqotho kuJehova noma ngabe abanye benzani?’—w20.07 8-9 ¶3-4.
2. Amagugu Angokomoya
(10 imiz.)
Hu 5:9—Umphimbo wababi uyingcwaba elivulekile ngamuphi umqondo? (it-1-E 995)
Yimaphi amagugu owathole ekufundwenikweBhayibheli kwaleli sonto?
3. Ukufundwa KweBhayibheli
(4 imiz.) Hu 7:1-11 (th isifundo 10)
4. Ukuqala Ingxoxo
(3 imiz.) ENDLINI NGENDLU. (lmd isifundo 1 iphuzu 3)
5. Ukuqala Ingxoxo
(2 imiz.) UKUSHUMAYELA NGOKWETHUKELA. Ngaphandle kokukhuluma ngeqiniso elithile eliseBhayibhelini, thola indlela engokwemvelo yokutshela umuntu ukuthi ungomunye woFakazi BakaJehova. (lmd isifundo 2 iphuzu 4)
6. Ukubuyela Koxoxe Naye
(2 imiz.) ENDLINI NGENDLU. Umninikhaya ufuna ukuphikisana nawe. (lmd isifundo 4 iphuzu 5)
7. Ukuchaza Izinkolelo Zakho
(4 imiz.) Umboniso. ijwfq 64—Isihloko: Kungani OFakazi BakaJehova Bekhetha Ukungahlanganyeli Emikhosini Yesizwe? (lmd isifundo 3 iphuzu 4)
Ingoma 99
8. Umbiko Wenkonzo Waminyaka Yonke
(15 imiz.) Ingxoxo. Ngemva kokufunda isaziso sombiko wenkonzo waminyaka yonke esivela ehhovisi legatsha, cela izilaleli zisho ezinye izinto ezijabulisayo e-Mbikweni Wonyaka Wenkonzo WoFakazi BakaJehova Emhlabeni Wonke Ka-2023. Xoxa nabamemezeli ohlele nabo kusengaphambili, abanokuthile okukhuthazayo okwenzeke enkonzweni ngonyaka odlule.
9. ISifundo SeBhayibheli Sebandla
(30 imiz.) bt isahl. 5 ¶16-22, ibhokisi ek. 42