Januwari 29–Febhuwari 4
JOBE 40-42
Ingoma 124 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)
1. Esingakufunda Kulokho Okwenzeka KuJobe
(10 imiz.)
Khumbula ukuthi umbono wakho ulinganiselwe uma uqhathaniswa nokaJehova (Job 42:1-3; w10 10/15 3-4 ¶4-6)
Hlala ukulungele ukwamukela iseluleko esivela kuJehova nasenhlanganweni yakhe (Job 42:5, 6; w17.06 25 ¶12)
UJehova uyabavuza labo abahlala beqotho kuye naphezu kovivinyo (Job 42:10-12; Jak 5:11; w22.06 25 ¶17-18)
2. Amagugu Angokomoya
(10 imiz.)
-
Job 42:7—Abangani kabaJobe abathathu babegxeka bani ngempela, futhi ukwazi lokho kungasisiza kanjani sikhuthazelele ukwenziwa inhlekisa? (it-2-E 808)
-
Yimaphi amagugu owathole ekufundwenikweBhayibheli kwaleli sonto?
3. Ukufundwa KweBhayibheli
(4 imiz.) Job 42:1-17 (th isifundo 11)
4. Ukuqala Ingxoxo
(3 imiz.) ENDLINI NGENDLU. Umuntu oxoxa naye akayena umKristu. (lmd isifundo 5 iphuzu 3)
5. Ukwenza Abafundi
6. Inkulumo
(4 imiz.) lmd isithasiselo A iphuzu 2—Isihloko: Umhlaba Awusoze Wabhujiswa. (th isifundo 13)
Ingoma 108
7. Siza Abanye Bazi Ukuthi UJehova Uyabathanda
(15 imiz.) Ingxoxo.
Siyajabula ngokukhonza uNkulunkulu oluthando. (1Jo 4:8, 16) Ubuntu obuhle bukaJehova busenza sifune ukuba abangani bakhe futhi sihlale siseduze naye. Njengezimvu zikaJehova, sonke siyaluzwa uthando lwakhe.
Senza konke esingakwenza ukuthi indlela esiphatha ngayo amalungu emindeni yethu, esikholwa nabo kanye nabanye ibonise ukuthi sibathanda njengoJehova. (Job 6:14; 1Jo 4:11) Ngokubonisa uthando sisiza abanye bazi uJehova futhi basondele kuye. Kodwa uma singababonisi uthando, bangase bakuthole kunzima ukukholwa ukuthi uJehova uyabathanda.
Dlala IVIDIYO ethi Sathola Uthando LobuKristu Emndenini KaJehova. Ngemva kwalokho, buza izilaleli:
Ufundeni endabeni kaLei Lei noMimi ngokubaluleka kokubonisa uthando?
Yini esingayenza ukuze sisize esikholwa nabo bazi ukuthi uJehova uyabathanda?
-
Babheke njengezimvu zikaJehova eziyigugu.—Hu 100:3
-
Khuluma nabo ngendlela eyakhayo.—Efe 4:29
-
Zama ukuqonda indlela abazizwa ngayo.—Mat 7:11, 12
8. ISifundo SeBhayibheli Sebandla
(30 imiz.) bt isahl. 5 ¶1-8, ibhokisi ek. 39