Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Febhuwari 10-16

IHUBO 147-150

Febhuwari 10-16

Ingoma 12 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

1. Sinezizathu Eziningi Zokudumisa UJah

(10 imiz.)

Ukhathalela umuntu ngamunye (Hu 147:​3, 4; w17.07 18 ¶5-6)

Unozwela futhi usebenzisa amandla akhe ukuze asisize (Hu 147:5; w17.07 18 ¶7)

Usikhethele ukuba sibe abantu bakhe (Hu 147:​19, 20; w17.07 21 ¶18)


ZIBUZE, ‘Yini enye engenza ngifune ukudumisa uJehova?’

2. Amagugu Angokomoya

(10 imiz.)

  • Hu 148:​1, 10—‘Izinyoni ezinamaphiko’ zimdumisa ngamuphi umqondo uJehova? (it-1-E 316)

  • Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

3. Ukufundwa KweBhayibheli

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

4. Ukuqala Ingxoxo

(3 imiz.) ENDLINI NGENDLU. Umuntu ukutshela ukuthi unesifo esingamahlalakhona. (lmd isifundo 2 iphuzu 5)

5. Ukuqala Ingxoxo

(4 imiz.) UKUSHUMAYELA NGOKWETHUKELA. Zama ukuthola ithuba lokuxoxela umuntu okuthile okufunde emhlanganweni wamuva nje. (lmd isifundo 4 iphuzu 3)

6. Inkulumo

(5 imiz.) w19.03 10 ¶7-11—Isihloko: Lalela UJesu—Shumayela Izindaba Ezinhle. Sebenzisa isithombe enkulumweni yakho. (th isifundo 14)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ingoma 159

7. Umbiko Wenkonzo Waminyaka Yonke

(15 imiz.) Ingxoxo.

Ngemva kokufunda isaziso sombiko wenkonzo waminyaka yonke esivela ehhovisi legatsha, cela izilaleli zisho ezinye izinto ezijabulisayo ezivela kwethi Umbiko Wonyaka Wenkonzo WoFakazi BakaJehova Emhlabeni Wonke Ka-2024. Xoxa nabamemezeli ohlele nabo kusengaphambili, abanokuthile okukhuthazayo okwenzeke enkonzweni ngonyaka odlule.

8. ISifundo SeBhayibheli Sebandla

Amazwi Okuphetha (3 imiz.) | Ingoma 37 Nomthandazo