Febhuwari 17-23
IZAGA 1
Ingoma 88 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)
1. Basha—Ubani Enizomlalela?
(10 imiz.)
[Dlala IVIDIYO ethi Isethulo SezAga.]
Bonisa ukuhlakanipha ulalele abazali bakho (IzA 1:8; w17.11 29 ¶16-17; bheka isithombe esisekhasini 1)
Ungabalaleli abantu abenza okubi (IzA 1:10, 15; w05 2/15 19-20 ¶11-12)
2. Amagugu Angokomoya
(10 imiz.)
-
IzA 1:22—Lapho iBhayibheli lisebenzisa igama elithi “isiphukuphuku” nelithi “ubuphukuphuku” lisuke libhekisela kuphi? (it-1-E 846)
-
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
3. Ukufundwa KweBhayibheli
(4 imiz.) IzA 1:1-23 (th isifundo 10)
4. Ukuqala Ingxoxo
(2 imiz.) UKUSHUMAYELA EZINDAWENI ZOMPHAKATHI. Umuntu ufuna ukuphikisa. (lmd isifundo 6 iphuzu 5)
5. Ukuqala Ingxoxo
(2 imiz.) UKUSHUMAYELA EZINDAWENI ZOMPHAKATHI. Cela imininingwane yomuntu obonisa ukuthi uyathanda ukuxoxa ngeBhayibheli. (lmd isifundo 1 iphuzu 5)
6. Ukubuyela Koxoxe Naye
(2 imiz.) UKUSHUMAYELA NGOKWETHUKELA. Chazela umuntu ngesimiso sethu sokutadisha iBhayibheli, bese umnikeza ikhadi elinemininingwane yesifundo seBhayibheli. (lmd isifundo 9 iphuzu 5)
7. Ukwenza Abafundi
(5 imiz.) lff isifundo 16 iphuzu 6. Usebenzisa isihloko esisengxenyeni ethi “Hlola Okwengeziwe,” chazela umfundi ozibuzayo ukuthi izimangaliso zikaJesu zenzeka ngempela yini. (th isifundo 3)
Ingoma 89
8. Izidingo Zebandla
(15 imiz.)
9. ISifundo SeBhayibheli Sebandla
(30 imiz.) bt isahl. 22 ¶15-21