Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Febhuwari 24–Mashi 2

IZAGA 2

Febhuwari 24–Mashi 2

Ingoma 35 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

1. Kungani Isifundo Somuntu Siqu Kufanele Usenze Ngenhliziyo Yakho Yonke?

(10 imiz.)

Ukuze ubonise ukuthi uyalazisa iqiniso (IzA 2:​3, 4; w22.08 18 ¶16)

Ukuze sikusize wenze izinqumo ezinhle (IzA 2:​5-7; w22.10 19 ¶3-4)

Ukuze uqinise ukholo lwakho (IzA 2:​11, 12; w16.09 23 ¶2-3)

ZIBUZE, ‘Yini engingayenza ukuze ngithuthukise isifundo sami somuntu siqu?’

2. Amagugu Angokomoya

(10 imiz.)

  • IzA 2:7—UJehova “uyihawu kulabo abahamba ngobuqotho” ngayiphi indlela? (it-1-E 1211 ¶4)

  • Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

3. Ukufundwa KweBhayibheli

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

4. Ukuqala Ingxoxo

(4 imiz.) ENDLINI NGENDLU. Bonisa umuntu ukuthi angakuthola kanjani ukwaziswa okuwusizo kwabashadile ku-jw.org. (lmd isifundo 1 iphuzu 3)

5. Ukubuyela Koxoxe Naye

(3 imiz.) UKUSHUMAYELA NGOKWETHUKELA. Nikeza umuntu umagazini onesihloko esikhuluma ngento ayeyithandile esikhathini esidlule. (lmd isifundo 9 iphuzu 3)

6. Inkulumo

(5 imiz.) lmd isithasiselo A iphuzu 8—Isihloko: Indoda Nomkayo Kufanele Babe Qotho Komunye Nomunye. (th isifundo 13)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ingoma 96

7. Ingabe Uyathanda Ukucinga Ingcebo Efihliwe?

(15 imiz.) Ingxoxo.

Zingane, niyathanda yini ukucinga ingcebo efihliwe? Uma nithanda, iBhayibheli linicela ukuba nicinge ingcebo ebaluleke kunayo yonke ezulwini nasemhlabeni—ulwazi ngoNkulunkulu! (IzA 2:​4, 5) Le ngcebo ungayithola ngokwakha isikhathi sokufunda iBhayibheli njalo nangokucwaninga ngezindaba ozifundayo. Kungaba mnandi ukwenza kanjalo futhi kukuzuzise!

  • Yimiphi imibuzo ongazibuza yona lapho ufunda iBhayibheli? (w24.02 32 ¶2-3)

  • Yimaphi amathuluzi ongawasebenzisa ukuze uthole izimpendulo?

Uchungechunge lwamavidiyo athi Funda Kubangani BakaJehova lungakusiza ufunde ukuthi ungazindla kanjani ngezinto ozifunda eBhayibhelini.

Dlala IVIDIYO ethi Funda Kubangani BakaJehova—U-Abela.

Funda uGenesise 4:​2-4 neyamaHebheru 11:4. Ngemva kwalokho, buza izilaleli le mibuzo:

  • U-Abela wabonisa kanjani ukuthi ungumngani kaJehova?

  • U-Abela walwakha kanjani ukholo kuJehova?

  • Ungalwakha kanjani olwakho ukholo?

8. ISifundo SeBhayibheli Sebandla

Amazwi Okuphetha (3 imiz.) | Ingoma 102 Nomthandazo