INCWAJANA YOMHLANGANO WOKUPHILA NENKONZO Julayi 2018
Ongase Uxoxe Ngakho
Uchungechunge lwezingxoxo ezisekelwe endleleni izimiso zeBhayibheli ezisisiza ngayo ukuze umndeni ujabule
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
Yiba Nesandla Esivulekile
Umuntu ophanayo uyakujabulela ukuphisana ngezinye izinto zakhe ukuze asize futhi akhuthaze abanye.
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
Yini Edingekayo Ukuze Ube Umlandeli KaKristu?
Kufanele sigxile kuphi uma imicabango ‘yezinsuku zakudala’ isiphazamisa?
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
Umfanekiso WomSamariya Olungile
Abalandeli bakaJesu kufanele benze konke abangakwenza ukuze babonise ukuthi bayabathanda abanye, ngisho nalabo okungenzeka ukuthi bahluke kakhulu kubo.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Kungani Ukungathathi-Hlangothi Kubaluleke Kangaka? (Mika 4:2)
Njengoba silingisa uNkulunkulu wethu ongakhethi, nathi sifuna ukwenza okuhle kubo bonke abantu.
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Nina Nibaluleke Ngaphezu Kondlunkulu Abaningi”
Singayilingisa kanjani indlela uJehova akhathazeka ngayo ngalabo abashushiswayo?
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
Umfanekiso Wendodana Yolahleko
Iziphi izifundo esingazifunda emfanekisweni wendodana yolahleko ngokuphathelene nokuhlakanipha, ukuthobheka nokuthembela kuJehova uNkulunkulu?
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Indodana Yolahleko Iyabuya
Iziphi izifundo ezibalulekile ongazithola kulevidiyo?