Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Julayi 30–Agasti 5

LUKA 14-16

Julayi 30–Agasti 5
  • INgoma 125 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Umfanekiso Wendodana Yolahleko”: (10 imiz.)

    • Luka 15:11-16—Indodana eyihlongandlebe yasaphaza ifa layo ngokuphila ukuphila kokuzitika ngamanyala (amaphuzu okucwaninga: “Umuntu othile wayenamadodana amabili,” “Encane,” “yasaphaza,” “ukuphila kokuzitika ngamanyala,” “yeluse izingulube,” “imidumba,” akuLuka 15:11-16, kuyi-nwtsty-E)

    • Luka 15:17-24—Yaphenduka futhi uyise onothando wayamukela (amaphuzu okucwaninga: “nakuwe,” “abaqashwa bakababa,” “wayanga ngothando,” “ukubizwa ngokuthi ngiyindodana yakho,” “isembatho . . . indandatho . . . izimbadada,” akuLuka 15:17-24, kuyi-nwtsty-E)

    • Luka 15:25-32—Yalungiswa indlela indodana endala ecabanga ngayo

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Luka 14:26—Igama elithi ‘ukuzonda’ lisho ukuthini kule ndaba? (iphuzu lokucwaninga elithi “engamzondi,” elikuLuka 14:26, kuyi-nwtsty-E)

    • Luka 16:10-13—Yini uJesu ayefuna abafundi bakhe bayiqonde mayelana “nengcebo engalungile”? (w17.07 8-9 ¶7-8)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Luka 14:1-14

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lapho Ubuyela Okwesibili: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usumemela umuntu emihlanganweni yebandla.

  • Lapho Ubuyela Okwesithathu: (3 imiz. noma ngaphansi) Zikhethele umBhalo ozowusebenzisa bese unika umuntu incwadi esifundisa ngayo.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) lv 32 ¶14-15

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU