Agasti 16-22
DUTERONOMI 27-28
Ingoma 89 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Zonke Lezi Zibusiso Ziyokwehlela”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Dut 27:17—Kungani uMthetho kaJehova wawukwenqabela ukugudluza uphawu lomngcele kamakhelwane? (it-1-E 360)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Dut 28:1-14 (th isifundo 11)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze okuthile okuseBhokisini Lamathuluzi Okufundisa. (th isifundo 6)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Nikeza umninikhya isimemo semihlangano yebandla bese umbonisa ividiyo ethi Kwenziwani EHholo LoMbuso? (kodwa ungayidlali). (th isifundo 3)
Isifundo SeBhayibheli: (5 imiz.) lv 204-205 ¶21-22 (th isifundo 9)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Indlela Indalo Ebonisa Ngayo Ukuthi UNkulunkulu Uyasithanda”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Indalo Yembula Uthando LukaJehova.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 12 ¶7-14
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 14 Nomthandazo