AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
Indlela UMthetho Owawubonisa Ngayo Ukuthi UJehova Uyazikhathalela Izilwane
Uma umuntu ebona isilwane esidinga usizo, kwakufanele asisize (Dut 22:4; it-1-E 375-376)
Inyoni enamaphuphu kwakungamelwe ihlukunyezwe (Dut 22:6, 7; it-1-E 621 ¶1)
Izilwane ezingafani kwakungamelwe ziboshelwe ejokeni elilodwa (Dut 22:10; w03 10/15 32 ¶1-2)
Indlela esiphatha ngayo izilwane ibalulekile kuJehova. Akumelwe sizihlukumeze izilwane noma sizibulale ngenxa nje yomdlalo.—IzA 12:10.