Agasti 30–Septhemba 5
DUTERONOMI 31-32
Ingoma 78 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Funda Emifanekisweni Esengomeni Ephefumulelwe”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Dut 31:12—Abazali abangamaKristu bangasisebenzisa kanjani lesi simiso? (w04 9/15 27 ¶12)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Dut 32:36-52 (th isifundo 2)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula ophikisa ngendlela evamile. (th isifundo 3)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Zivumelanise nezimo zomninikhaya bese umfundela umBhalo ofanele. (th isifundo 12)
Inkulumo: (5 imiz.) w07 5/15 15-16—Isihloko: Abantwana Bakho Bakubhekile! (th isifundo 16)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Funda Ezibonelweni Ezinhle Zalabo Abaholayo: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi ‘Khumbulani Abaholayo’ (Heb 13:7). Yibe usubuza izilaleli: Sifundani esibonelweni sika-T. J. Sullivan? sikaGeorge Gangas? sikaKarl Klein? nesikaDaniel Sydlik?
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 13 ¶1-6 nevidiyo eyisethulo
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 128 Nomthandazo