Julayi 26–Agasti 1
DUTERONOMI 19-21
Ingoma 141 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ukuphila Komuntu Kuyigugu KuJehova”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Dut 21:19—Kungani inkantolo yendawo yayiba seduze nesango ledolobha? (it-1-E 518 ¶1)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Dut 19:1-14 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile. (th isifundo 12)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yethula ividiyo ethi Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli? (kodwa ungayidlali). (th isifundo 6)
Isifundo SeBhayibheli: (5 imiz.) bhs 138 ¶8 (th isifundo 13)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Hamba Ngokuphepha Endleleni Yakho”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala le vidiyo. Ngemva kwalokho, buza le mibuzo elandelayo: Kungani kufanele senze izinto ngendlela ephephile? Yiziphi izinto esingazenza ukuze sihlale siphephile?
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 11 ¶9-17
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 108 Nomthandazo