AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
Ukuphila Komuntu Kuyigugu KuJehova
Kwakulula ukuba umuntu awathole amadolobha esiphephelo (Dut 19:2, 3; w17.11 14 ¶4)
Amadolobha esiphephelo ayesiza ukuvikela ama-Israyeli ecaleni legazi (Dut 19:10; w17.11 15 ¶9)
Uma sizonda umfowethu singaba sengozini yokuba necala legazi (Dut 19:11-13; it-1-E 344)
ZIBUZE, ‘Yiziphi izindlela esingabonisa ngazo ukuthi sibheka ukuphila ngendlela uJehova akubheka ngayo?’