Julayi 4-10
2 SAMUWELI 18-19
Ingoma 138 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UBharizilayi—Isibonelo Sokuba Nesizotha”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
2Sa 19:24-30—Singasithola kanjani isikhuthazo esibonelweni sikaMefibhosheti? (w20.04 30 ¶19)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Sa 19:31-43 (th isifundo 2)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Injongo KaNkulunkulu—Gen 1:28. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana bese ubuza izilaleli imibuzo evela kwividiyo.
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. a Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile. (th isifundo 1)
Inkulumo: (5 imiz.) w21.08 23-25 ¶15-19—Isihloko: Yimiphi Imigomo Efinyelelekayo Esingazibekela Yona Lapho Izimo Zingasivumeli? (th isifundo 20)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Zibekele Imigomo Yonyaka Omusha Wenkonzo—Ukuphayona”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Yiba Iphayona Elinesibindi.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 11
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 97 Nomthandazo
a Bheka isihloko esisekhasini 16.